kahle - nomfundo moh lyrics
[intro]
(yeah you know it)
[verse 1]
thabath’ inhliziyo yami, yami
udlize ngothando lwethu emazweni
engathi ungahlal’ useduze kwami
ngoba njalo uhlezi usemcabangweni
uma bethi “likhiph’ umkhovu etsheni” basuke belinganisa ngothando lwethu (oh)
lushisa bhe, wen’ owabon’ ilanga ehlobo (oh)
wena unguy’ engim’ding*yo
impel’ unguy’ inhliziyo emkhethayo
laph’ uthando lwakho lung’holela khona, mina ngizok’landela
ngoba unguy’ engim’ding*yo
impel’ unguy’ inhliziyo emkhethayo
[chorus]
ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena
ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena
ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam’
ungiphethe kahle, ntofontofo u*lovey
[verse 2]
baby, asambе siyoshawa umoya lapha ngasolwandle
honey, belunjani usuku lakho kе namhlanje?
yizo lezi izinto encane ey’jabulis’ umoya (moya)
bengingaz’ ukuthi uyang’thanda
bengithi udlala ngami (bengithi udlala ngami)
haw’ sek’yacaca awunaso isikhathi sokudlala (dlala)
aw’fune lutho ngami (aw’fune lutho ngami)
thando lwakho (oh thando)
lona lubanzi lujulile (lona lubanzi)
lona lubanzi lujulile (lujulile)
[chorus]
ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (olunje)
ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (olunje)
ungiphethe kahle (phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam’
ungiphethe kahle (ungiphethe kahle), ntofontofo u*lovey (yeah)
ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (uthando olunjena)
ngiyaqal’ ukuthol’ uthando olunjena (uthando olunje)
ungiphethe kahle (olunje), ungiphethe kahle umuntu wam’ (uthando)
ungiphethe kahle (oh woah*woah), ntofontofo u*lovey (woah)
Random Song Lyrics :
- i hate boys - badmoodrude lyrics
- stopituramess - gorchong lyrics
- detroit lake - frances quinlan lyrics
- stole the show - am radio lyrics
- sunspot. - visionnaire lyrics
- 21 lessons - blackwaters lyrics
- je crois qu'elle m'aime - jonny vegas lyrics
- whatever gets views i guess (prod. remghost) - thranitai lyrics
- gotta travel on - david allan coe lyrics
- santa cruise - robby pedersen lyrics