lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

bayavuya - nomfundo moh lyrics

Loading...

[chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”

[verse 1]
sizam’ im’sebenzi, sihlala kude namakhaya
akukh’ es’ngakwenzi, k*mele ajabule umama
uyangithwala, uyangeseka
imikhuleko yakhe yona iyangihlenga

[pre*chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”

[chorus]
baya*vuya? vuya?
baya*vuya? vuya
baya*vuya? vuya?
baya*vuya? vuya

[verse 2]
ohambweni lwakho mhlobo wam’, ubobuy’ ume
uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe?
ngisho ngoba kulul’ ukuphambuka
uth’ usahamba ngakho kant’ uyaduka
phela imv’edukile iyafunwa
njengomelusi umzal’ uyokulusa
[pre*chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngizibuze ngawе)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bayaziqhenya ngawe)

[chorus]
baya*vuya? vuya? (bayaziqhеnya ngawe)
baya*vuya? vuya (zibuze mngani wami)
baya*vuya? vuya? (bayavuya na?)
baya*vuya? vuya? (bayavuya na?)

[refrain]
ooh yeah
ooh yeah
tada*ta*ta*ta*tadata
ooh yeah
ooh yeah
tada*ta*ta*ta*tadata

[pre*chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngiyazibuza)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bajabulile?)

[chorus]
baya*vuya? vuya? (bajabulile?)
baya*vuya? vuya (bayaziqhenya ngawe)
baya*vuya? vuya? (bayaziqhenya ngawe)
baya*vuya? vuya
[pre*chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”

[chorus]
baya*vuya? vuya? (bona bayavuya)
baya*vuya (bayavuya)? vuya (bayavuya)
baya*vuya? vuya (bajabulile na)
baya*vuya? vuya?

Random Song Lyrics :

Popular

Loading...