ancestors - mlindo the vocalist lyrics
[chorus]
ndlu ka senzangakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[verse 1]
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola
indlu emnyama iphenduk’ inhlekisa umhlaba wonke
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola, hai
indlu emnyama iphenduk’ inhlekis’ umhlaba wonke
kanti wena baba uphendula abanjani?
kanti wena baba uphendula abanjani?
umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona, hai
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona
[chorus]
nihluka nisenza ngakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[outro]
yeeee, yeah!
shubebe, shubebe
baba hai siyashweleza
Random Song Lyrics :
- someone - tony dial tone lyrics
- platonic - 4s4ki lyrics
- easy - austin crute lyrics
- ballin (feat. eebz) - mads christian lyrics
- vengo del pantano - naylover lyrics
- mia wallace - vvspanther lyrics
- crazy - dean geyer lyrics
- purple haze - prince charlez lyrics
- bucovina - kongsted lyrics
- jump! - cryjaxx lyrics