ngiyeza - lwah ndlunkulu lyrics
[intro]
s*stallion, iyeh, yoh
oh*oh woah
iyeh, yoh
[pre*chorus]
dali wena ung’hambela umaweni
ng’yeza ng’zohlala kini
ngenxa yento engaphakathi kimi, dali woah oh
wokhuluma, wokhuluma, wokhuluma dali
ngoba ufuna ng’zohlala kini, dali woah oh
wokhuluma, wokhuluma (yam’ eh yam’)
wokhuluma dali (yam’ eh yam’)
ngoba ufuna ng’zohlala kini (yam’ eh yam’), woah oh, dali (yam’ eh yam’)
[chorus]
ngoba bathi uthando lukhona (yam’ eh yam’)
kodwa inkomo azikho (yam’ eh yam’)
aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
aw’ dali mina ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
kodwa inkomo azikho (yam’ eh yam’)
aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
aw’ ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
[verse]
noma bengathi ngikipitile
bekhulume kabi ngathi
bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile
aw weh, we soka lami
wena hamba kwandonga ziyaduma (yam’ eh yam’)
awuhambe uyosebenza (yam’ eh yam’)
khona uzobuya ukuxhumane no malume (yam’ eh yam’)
aw weh weh (yam’ eh yam’)
bathi ekhaya, uyinkunzi yomgulukudu
wena ukhonze abo bhululu
omalume bathi kimi ngi sph*kuph*ku, aw’ woah oh
[pre*chorus]
dali wena ung’hambela umaweni
ng’yeza ng’zohlala kini
ngenxa yento engaphakathi kimi, dali woah oh
wokhuluma, wokhuluma (yam’ eh yam’), wokhuluma dali (yam’ eh yam’)
ngoba ufuna ng’zohlala kini (yam’ eh yam’), woah oh dali
[chorus]
ngoba bathi uthando lukhona (yam’ eh yam’)
kodwa inkomo azikho (yam’ eh yam’)
aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
aw’ dali mina ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
kodwa inkomo azikho (yam’ eh yam’)
aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
aw’ ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
[bridge]
themba lami likuwe
thandolwethu lukhule
mabe khuluma s’thule, nezitha zishlule
sthandwa uhamb’ ubuye (oh oh)
bathi uzoduka nezwe kanjani?
anibize umaweni
khona ezong’nika bheka mina ngedwa, ngedwa voh
[pre*chorus]
dali wena ung’hambela umaweni
ng’yeza ng’zohlala kini
ngenxa yento engaphakathi kimi, dali woah oh
wokhuluma, wokhuluma (yam’ eh yam’), wokhuluma dali (yam’ eh yam’)
ngoba ufuna ng’zohlala kini (yam’ eh yam’), woah oh dali
[chorus]
ngoba bathi uthando lukhona (yam’ eh yam’)
kodwa inkomo azikho (yam’ eh yam’)
aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
aw’ dali mina ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
kodwa inkomo azikho (yam’ eh yam’)
aw’ dali ng’yeza mina ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
aw’ ng’yeza ng’zohlala kini (yam’ eh yam’)
[outro]
yam’ eh yam’
yam eh yam, ooh
yam’ eh yam’
oh, yam’ eh yam’
Random Song Lyrics :
- laundry finish - original broadway cast of caroline, or change lyrics
- the tide - ady saj lyrics
- santa fa-la-la - jinkx monsoon lyrics
- céčkovej chain - space love lyrics
- lick it (datsik remix) - kaskade & skrillex lyrics
- romance - muko the entertainer lyrics
- caramelldansen (english version) - caramella girls lyrics
- essence - ady saj lyrics
- 溝渠暢泳 (gutters) - 泳兒 (vincy chan) lyrics
- без дна (without a bottom) - entris lyrics