tholakuwe - herc cut the lights lyrics
[intro: sjava]
yeah, yeah (yeah, yeah)
ooh weh (ooh weh)
ooh weh (ooh weh)
ooh
[chorus: sjava]
uthando ngil’thola kuwe
konke okuhle ngik’thola kuwe
uthando ngil’thola kuwe
konke okujabulisa umoya wami ngik’thola kuwe
mang’zwe ngathi ngizohlanya uk’thula ngik’thola kuwe
makhuphela amandla ithemba ngil’thola kuwe
mak*mnyama ukukhanya ngik’thola kuwe
mangisasboni isizathu sokhuphila, isizathu ngisithola kuwe
[post*chorus: sjava]
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe
ngisithola kuwe
[verse 1: bixckie, sjava]
uvalo, qedwa nguwe
nalamanxeba, pholiswa nguwe
isifiso, sami ukuthi * ngeke uyihlaphazise inhliziyo yami, ngizwe ub’hlungu
aw’ uma ngiphelelwa amandla, amanye ngzowathola kuwe
uma ngilahlеka, indlela ngizoyibona kuwe
aw’ mak*mnyama, ukukhanya ngik’thola kuwe
mangasas’boni is’zathi sok’phila, isizathu ngisitholakuwе (thola)
[post*chorus: sjava. blxckie, young stunna]
tholakuwe (yeah, yeah, yeah)
tholakuwe
tholakuwe (yeah)
tholakuwe (yeah, yeah, yeah)
tholakuwe (yeah)
tholakuwe (tholakuwe)
tholakuwe (tholakuwe)
ngisithola kuwe (yeah, yeah)
[verse 2: young stunna]
okay
angeke ngik ‘jikele
ng’yekele ngik’vikele
lothando ngal’thandazela umangiphikelela
inhliziyo inokubezela
ngifunu’thando olusele nginike ngithuthuke
ngikhathele ukuhlabelela
kuyabanda ngaphandle, kuwena ngisanethemba
ngibona uthando liphumelela
ngibona izitha ziphelezela
umung’teketisa kuthi angithambe
angeke ngizwe uthi’ angihambe
ung’funza okuningi, ngeke ng’lambe
manginawe sthandwa sami
umung’teketisa kuthi angithambe
angeke ngizwe uthi angihambe
ung’funza okuningi ngeke ng’lambe
hamba nam’, dali wami
[chorus: sjava]
uthando ngil’tholakuwe
konke okuhle ngik’tholakuwe
uthando ngil’tholakuwe
konke okujabulisa umoya wami ngik’tholakuwe
[post*chorus: sjava. blxckie]
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe
tholakuwe (tholakuwe)
tholakuwe (tholakuwe)
tholakuwe (yeah, yeah, yeah)
tholakuwe
ngisithola kuwe
Random Song Lyrics :
- the birds - seasonal birds lyrics
- buda - fm-cinco lyrics
- denver - moosecreek park lyrics
- sou peregrino - antônia gomes lyrics
- headache - trevor cooke lyrics
- прости (sorry) - djordju lyrics
- just be mine (rock hard version) - detached in time lyrics
- back on my feet - kg gbm lyrics
- dans le cœur un poignard - seth (france) lyrics
- maraba - bora gramm lyrics