lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

inhliziyo - gney lyrics

Loading...

insuku zimbili, zintathu
i can’t seem to find you
engik’shilo bengingak’ qondile
ub’thongo ilokhu ngib’ncengile

these days sthandana
kancane silwe kaningi
mhlambe yime, siyaphambana
ngamazwi kusuke impi

angifuni intentsha asilungise, asilungise
yebo silwile, koda uthando alushintshi
angifuni intentsha asilungise, asilungise
yebo silwile, koda uthando alushintshi

inhliziy’ ishaya ngamandla, angisalali
kuze kuse ngibhekile
nkinga sihlezi sizobangana n0bala
obuya phela sthandwa sami
inhliziy’ ishaya ngamandla, angisalali
kuze kuse ngibhekile
ngikhumbule mase ungibamba kwamancane
bes’ ungibuka ngalamehlo akho

buya phela ah, buya phela sthandwa ngik’khumbule phela manje
asicalele maphansi, yonk’ imizi inentozazo, ungalahlithawula kithi
these days sthandana
kancane silwe kaningi
mhlambe yime, siyaphambana
ngamazwi kusuke impi

angifuni intentsha asilungise, asilungise
yebo silwile, koda uthando alushintshi
angifuni intentsha asilungise, asilungise
yebo silwile, koda uthando alushintshi

inhliziy’ ishaya ngamandla, angisalali
kuze kuse ngibhekile
nkinga sihlezi sizobangana n0bala
obuya phela sthandwa sami
inhliziy’ ishaya ngamandla, angisalali
kuze kuse ngibhekile
ngikhumbule mase ungibamba kwamancane
bes’ ungibuka ngalamehlo akho

Random Song Lyrics :

Popular

Loading...