ukuthanda wena - dj maphorisa & visca lyrics
kwaze kwamnandi ukuthanda wena
k’vele k’dume izulu
mangibona wena
kuthi ng’giye
hayi yoh, ayi yoh
ngingumdlayizizwe manginawe
hayi yoh, ayi yoh
ngingumdlayizizwe manginawe, manginawe
ukuthanda wena (ukuthanda wena)
k’vele k’dume izulu (k’vele k’dume izulu)
mangibona wena (mangibona wena)
kuthi ng’giye (kuthi ng’giye)
oh eyami lento (eyami lento)
owami lom’ntu (owami lom’ntu)
ngizoy’fela lento weh (weh)
eyami lento
owami lom’ntu
ngizoy’fela lento weh (weh)
angifun’ ukwenza iphutha ngokuk’thanda
angifun’ ukwazi ukuthi uzong’limaza
bamb’ isandla otherwise uzong’libala
kuko konke mina ngizel’ uk’zoshada
ukuthanda wena (ukuthanda wеna hey)
mina lava wena (mina dali, mina lava wena)
ukuthanda wеna (ukuthanda wena hey)
mina lava wena (mina dali, mina lava wena hey)
kwaze kwamnandi ukuthanda wena (ukuthanda wena)
k’vele k’dume izulu (k’vele k’dume izulu)
mangibona wena (mangibona wena)
kuthi ng’giye (kuthi ng’giye)
hayi yoh, ayi yoh
ngingumdlayizizwe manginawe
hayi yoh, ayi yoh
ngingumdlayizizwe manginawe (manginawe)
ukuthanda wena (ukuthanda wena)
k’vele k’dume izulu (k’vele k’dume izulu)
mangibona wena (mangibona wena)
kuthi ng’giye (kuthi ng’giye)
Random Song Lyrics :
- what will i do - joel g lyrics
- pay me - jonn hart lyrics
- urči svůj směr - anacreon lyrics
- hold me tight - evan rachel wood lyrics
- roll on - e-40 lyrics
- haunthead/other places - st. terrible lyrics
- zero 8 - vinão alobrasil lyrics
- i need you god - consumed by fire lyrics
- thanks god for my life - lifeofdylann lyrics
- intro (overture) - donchristian lyrics