nomakanjani - cici lyrics
[pre*chorus]
wesoka lami, ngiyazi ngonile
nhliziyo yakho, ngiyiphulile
ngeke ngizengiphinde
ngeke ngizengiphinde
bathi uk’ngazi kufana nok’ngaboni
[chorus]
nomakanjani wena ungowami, ungowami (yeah)
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wena ungowami, ungowami
baby, baby, baby, baby
[verse 1]
wathembisa ukuthi uzobanami
ubuhlen’ nasebubini bami
buya uzothoba imizwa yami
mangishiywa nguwe ngenzenjani?
buya, buya
ngiyakwethembisa ngiyok’thand’ ingunaphakade
buya, ngeke ngiphinde
[pre*chorus]
wesoka lami, ngiyazi ngonile
nhliziyo yakho, ngiyiphulile
ngeke ngizengiphinde
ngeke ngizengiphinde
bathi uk’ngazi kufana nok’ngaboni
[chorus]
nomakanjani wena ungowami, ungowami (yeah)
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wena ungowami, ungowami
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wena ungowami, ungowami (yeah)
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wеna ungowami, ungowami
baby, baby, baby, baby
[verse 2]
inhliziyo yami uyay’mangaza
oh ay’kaz’ ibon’ uthand’ ol’ngaka
injabulo yemhla namalanga
mina ngik’thanda ng’phelelwa amagama
buya, buya
ngiyakwеthembisa ngiyok’thand’ ingunaphakade
buya, buya (ngeke ngiphile)
[pre*chorus]
wesoka lami, ngiyazi ngonile
nhliziyo yakho, ngiyiphulile
ngeke ngizengiphinde
ngeke ngizengiphinde
bathi uk’ngazi kufana nok’ngaboni
[chorus]
nomakanjani wena ungowami, ungowami (yeah)
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wena ungowami, ungowami
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wena ungowami, ungowami (yeah)
baby, baby, baby, baby
nomakanjani wena ungowami, ungowami
baby, baby, baby, baby
Random Song Lyrics :
- teriyan udeekan datiye - saleem lyrics
- t.a.b.u.n. - tabun lyrics
- follow the rain - 77 bombay street lyrics
- it would be you - pieter t lyrics
- pollyanna - dz deathrays lyrics
- finally here - listen2keyz lyrics
- the fallacy - momus lyrics
- desafío total 2 - mala juntera lyrics
- come on - joey cool lyrics
- nuthin remix - j $tash lyrics