lengoma - caponit lyrics
chorus
manje mak’ngena le*ngoma *
‘bafana bang’vuma babhula
kwavumi zangoma/
phela lamanzi amancane
mang’shaya lensimbi
mangena la angeke bang’khone/
baba bathethelele naba thukuthele ng’thatha
konke okwami nami ng’ngenelele *
‘bheka manje mang’gila madoda”
nale ngoma ivusa abantu abalele x2
verse
nale ngoma ivusa abantu abalele *
‘kwamelu*’vuli ndlebe zakho umamele/..
vula mehlo ubhekisise ubabheke *
phushi s’fuba nawe bese ubangene/
life is shorter than a manikin bheka
i just wanna be a better man/
ng’bhali nkondlo kule paper bheka nami
mama told me to believe it then
laba bafana bancane bayeke bancele/
mases’fika khona k’mele baqcele/ *
“”nami ng’yekeleni kanti n’thuleleni nale
ngoma ingenza ng’hambe emlindelweni *
‘bese ng’giye ng’khiphi zandla epokothweni *
ingoma ingenza nami ng’khabe s’belethweni
bheka manje bayasina/
“giya madoda mak’culeli siko/…
giya madoda mak’culeli siko
kushay’we nezandla bagideli dlozi/
“omama maphume bali*lizele
bashise ne*mpepho bavumeli ngozi/
“nabaphandle bazo ngena nge ngoma/
“zonke iinsizwa zizo vuma le ngoma/
“ng’yekeleni nami ng’shaye le ngoma/
“ng’dedeleni nami ng’phinde le ngoma/
chorus
manje mak’ngena le*ngoma *
‘bafana bang’vuma babhula
kwavumi zangoma/
phela lamanzi amancane
mang’shaya lensimbi
mangena la angeke bang’khone/
baba bathethelele naba thukuthele ng’thatha
konke okwami nami ng’ngenelele *
‘bheka manje mang’gila madoda”
nale ngoma ivusa abantu abalele/
Random Song Lyrics :
- pitbull - emilia feat. toni storaro lyrics
- como aquela oveja - sergio correa lyrics
- plano furado, pt. 2 - ratos de porão lyrics
- defendiendo al presidente - piter-g lyrics
- تلات سلامات - محمد قنديل lyrics
- angels in chelsea - rachel platten lyrics
- caminar de tu mano - río roma feat. fonseca lyrics
- muito prazer, mídia samba - mídia samba lyrics
- dangerous - dance hits 2014 lyrics
- 练习约会 - 小贱 lyrics