ichwane lenyoka - big zulu lyrics
[intro]
anginabazali
ashu
[chorus]
mina ngichwane lenyoka
ashu
anginabazali ngintandane
mina nginkabi edla yodwa
anginabazali ngintandane
anginabani ngintandane
ngangino ma no baba
ngikhumbul’ uma no baba
ngangino ma no baba
yey ngikhumbul’ uma no baba mina
mina ngichwane lenyoka
ngangino ma no baba
ngikhumbul’ uma no baba
shun wenkabi
[verse 1]
mina ekukhuleni kwami ngakhula ngingenabazali
uthando lamama nola baba mina angilazi
imfudumalo yekhaya, eyentokozo ung*yiphathi
yikho ngichwane lenyoka, ngafunda ukuphanta ngisamncane
ay ngoba ngangithanda kodwa ngangiphoqwa isimo
mangithi ngiyacela kuthiw’ ukuphi owakh’ uyihlo
ngangingane ngimncane ngashesha ngafund’ impilo
ngangingafun’ okukhulu, ngangingasuthiswa ukudla [?]
baba kwasekuphoq’ ukuthi ngiphushe ushun wenkabi
ukuze ngival’ indlala, ngilale ngidlile kwakuyinkani
ngiyikhotha amanxeba, umlomo uhlal’ ugcwele igazi
engekho engiyokhala kuye izinyembezi zami ziwela phansi
[chorus]
mina ngichwane lenyoka
ashu
anginabazali ngintandane
mina nginkabi edla yodwa
anginabazali ngintandane
anginabani ngintandane
ngangino ma no baba (ngikhumbul’ uma no baba)
ngikhumbul’ uma no baba (ngikhumbul’ uma no baba)
ngangino ma no baba (ngikhumbul’ uma no baba)
yey ngikhumbul’ uma no baba mina (ngikhumbul’ uma no baba)
mina ngichwane lenyoka (ngikhumbul’ uma no baba)
ngangino ma no baba (ngikhumbul’ uma no baba)
ngikhumbul’ uma no baba (ngikhumbul’ uma no baba mina)
shuni wenkabi
[verse 2]
Random Song Lyrics :
- monkey business - pet shop boys lyrics
- redneck on - tyler lewis lyrics
- bite me (feat. jamaad armani) - lil a-ram "cad" lyrics
- calma - pta lyrics
- dreamstate (feat. king abdul) - simbasupreme lyrics
- chapter ii - matz voskamp lyrics
- i'll keep waiting - drew d lyrics
- monsoon (feat. rémi) - yellow steve lyrics
- sleep - synapse.cadet lyrics
- 둘이서 한잔해(let’s have a drink) - davichi lyrics