dlala - anzo lyrics
[intro]
bak’bona umpunga nje usugugile
washwabana bacath’ abantu ukhubazekile
bathi for ukunyakaza ukhulile
this is for ababethi awusophinde nje ujike
[chorus]
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
[verse 1]
ayy
bacathi wena ungawa kalula kanje
abazi ukuthi from k’dala ubulala nge dance
bacathi wena umdala kakhulu for i*dance
kanti akuyi ngemnyaka la baba, kukhulum’ izenzo
maybe bathi ningotamatisi njengabo
kanti cha nikhule nihlakula amasimu neyigadi
you had to learn ukuqwala intaba useyingane
kulaba kuyehla mak’mele aqale k’thiwa useyingane
ukuqina kwemzimba nje angeke kulingane
amasotsha emzimba awalobolene awuyena umlingani
ukufika kulel’ zinga nje akuyon’ inkinga
inkinga nicathi indlela yethu youkuphila iyona inkinga
bathi esenu sindlulile manje iskhathi sabo
kodwa ngibona bebhizi balokhu bachitha iskhathi sabo
bazam’ ukukzwela mawuthi azithathane
ngicel’ ungabanaki wena enjoy iskhathi sakho
[chorus]
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
[verse 2]
ayy
ingane imangazwa ukuthi uya mover
ziyathuka mawushona phansi zicathi uzoph*ka
azazi ukuthi nasokhalweni u*loose
zik’fihlela iredbul cathi iphika lizovuka
ungaph*ka njani ujaivela umiriam makeba?
ungakhathala njani unyakazela uhugh masekela?
ungaguga njani for ulucky dube uyabheda
uqina njani ulalela abantu abafana no brenda
ngiyamangala ngizwa kuthulekile
ngengane ecabanga ukuthi waguga sowuyisehluleki
nam’ angazi iyoze ifikephi lento yokwenza engathi waguga empilweni sowuyimpelesi
aniyek’ abantu abadala bezidlel’ i*life
ukuthiumdala akusho ukuthi k*mele uhlezi u*serious
yebo ukhulile but akusho ukuthi ngeke ukwazi ukunyakaza ubonise intsha ukuthi la kuwe igcwele i*life
[chorus]
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
dlala ntombendala, dlala
dlala nsizwendala, dlala
Random Song Lyrics :
- bolid - white 2115 lyrics
- t.k.a.b. - tami lance / near1977 lyrics
- strength / vigor - karlla naynna lyrics
- брат (brother) - княzz (knyazz) lyrics
- zakon sudbine - selma bajrami lyrics
- oh my god - mike lennon lyrics
- hot dogs - sadface killer lyrics
- i am in a van - usa nails lyrics
- 完美的一天 (a perfect day) - 孫燕姿 (yanzi sun) lyrics
- never - lil bawls lyrics